INgilandi
INgilandi |
|||||
---|---|---|---|---|---|
Isaga: Dieu et mon droit (isiFulansi) "iNkosi nokudla" |
|||||
Idolobha elikhulu | ILondon | ||||
Izilimi | IsiNgisi, isiKhonishi | ||||
Abantu | amaNgisi | ||||
Uhulumeni | |||||
- | indlovukazi | u-Charles III | |||
- | Ungqongqoshe phezulu | uBoris Johnson | |||
Ubukhulu | |||||
- | Jikelele | 130,395 km2 50,346 sq mi |
|||
Inani labantu | |||||
- | 2008 ukulinganisa | 51,446,000[1] | |||
- | 2001 uhlolovo | 49,138,831 | |||
- | Ixuku labantu | 395/km2 1,023/sq mi |
|||
Imali | Upondo (GBP) |
INgilandi (isiNgisi: England) izwe laseYurophu. Isiqongo saseNgilandi iLondon. Ulimi isiNgisi. INgilandi yizwe eliyingxenye yOmbuso Ohlangeneyo. Lingumakhelwane nesiKotilandi enyakatho kanjalo neWelisi entshonalanga; Ulwandle lwase-Ayilendi luse nyakatho-ntshonalanga, Ulwandle lwaseKeltiki luseningizimu-ntshonalanga kanti Ulwandle lwaseNyakatho lusempumalanga, Insungubezi yamaNgisi eningizimu ihlukanisa iNgilandi kwizwekazi laseYurophu (continental Europe). Ingxenye enkulu yeNgilandi yakhiwe yingxenye emaphakathi nengxenye eseningizimu ye-island (izwe elincane elizungezwe amanzi ngokuphelele) yaseBrithani Enkulu (Great Britain) e-Atlantic eseNyakatho. INgilandi ihlanganisa futhi amazwe amancane azungezwe amazi ngokuphelele angaphezu kwekhulu njenge-ziqhingi Sicilly ne-siqhingi Wight.
-
London Thames Sunset panorama
Umlando
[hlela | Hlela umthombo]References
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ Office for National Statistics. "Population estimates for UK, England and Wales, Scotland and Northern Ireland – current datasets". statistics.gov.uk. Kulandwe ngomhlaka 2018-01-16.